Zulu - BMF

Transcrição

Zulu - BMF
YENZANI I BMF
EMIPHAKATHINI
YINI ONGAYENZA UMA USOLA
UKUTHI UKHONA ONE
DEMENTIA
Uma usola ukuthi wena okanye
isihlobo, umngani noma umuntu
omaziyo unezimpawu ze dementia.


Ungaxhumana nathi.

Uma sisola izimpawu ze dementia,
sizohlela sikuvakashele, sikuhlole
sikudlulisele phambili uma
kunesidingo.


Sithinte noma sivakashele ehovisi.
5 Langa Place
Lamontville,
Durban
(formerly 582)
Amahovisi ethu aseduzane ne
Muthande e Lamontville
Sixilonga abantu
Silekelela leyo mindeni
enabantu abane dementia ukuze
bakwazi ukubhekana nalesisifo.
Siqwashisa futhi sazise nge
dementia kanye nezifo
eziphatheleni nengqondo
Lokhu sikwenzela ukuthi
silwisane nayo
Silekelelana nezigungu
ezimayelana nokulwisana
nedementia
031 836 7290
071 451 7551
[email protected]
www.bmf.community
BESSIE MAKATINI
FOUNDATION
(BMF)
NPO No 138-129NPO
SISEBENZISANA
NABANTU ABANE
DEMENTIA KANYE
NEZIFO ZENQONDO
EMIPHAKATHINI
YINI I D E M E N T I A ?
ISIGUNGU ESILEKELELAYO
UKUQWASHISA NGE DEMENTIA
I dementia isifo esenziwa yizifo
eziphathelene nengqondo. Lokhu
okulandelayo izimpawu:

Ukulahlekelwa yinqondo kanye
nokukhohlwa okujulile

Ukuphimiswa kwamagama
kanye nokungakhulumi kahle

Ukuguquka kokuziphatha
kubantu
Kuyinselelo ukunakekela lowo osuke
ene dementia. Uke uzizwe
unomzwangedwa, engekho
ongakhuluma naye? Iza kwisigungu
esilekelelayo
Sisebenzisana nawo wonke
umuntu, imiphakathi, izinhlaka
ezahlukene, (amabandla, Sukuma
Sakhe, izitokofela, amaphoyisa
nokunye), ukuze siqwashise nge
dementia emiphakathini.


Umfufunyane
Izimpawu zalesisifo ziyakhula
ngemuva kwesikhathi
Uma umuntu eba nalezimpawu
ezingenhla, lokho akusho ukuthi
njalo usene dementia, kodwa
kubalulekile ukuthi lowo
onalezimpawu acilongwe ebese
eyiswa ko dokotela
Kwa BMF sihlola noma ngabe ubani
okusolakala ukuthi une
Dementia,ebeze simthumelela
emtholampilo noma ezibhedlela
ukuze bakuqinisekise ngokuhlola.
Sinikeza ithuba kulabo abanekekela
abane dementia ukuze babonisane
futhi baxoxisane ngokulandelayo:
Ukuthola ulwazi oluthe xaxa,
ungathintana nathi noma uze
ehovisi.

Ngemizwa

Ngezizinkinga

Ngemibono kanye
I DEMENTIA AYINA MINCELE

Nolwazi nabanye
I dementia ingangena wonke
umuntu, ikakhulukazi abadala,
nabancane ngokweminyaka
ingabangena nabo.
Ithinta wonke umuntu, abesilisa
nabesifazane, izinkolo
nezinkolelo.
Asisebenzisane sonke ukuze
silwisana ne dementia nakho
konke okuphathelene nayo
Ungaxhumana nathi noma uze ehovisi
031 836 7290
071 451 7551

Documentos relacionados

Professional Fax

Professional Fax engavamile yokuhlolwa kwakho iyokwenziwa itholakale kudokotela wakho futhi le miphumela yokuhlolwa iyogcinwa futhi ezingosini zezokwaziswa zeLife Offices’ Association isesimweni sokulotshwa esiqond...

Leia mais

x_grade 6 lesson 4.cdr

x_grade 6 lesson 4.cdr · Usetyenziso lokunikiweyo(resources), uchatshazelo mmandla ngumntu.

Leia mais

link

link kokuba uyiphuza ngoba ukhulelwe noma uncelisa ukuvikela ingane yakho) kanti futhi kumele ucabange ngokuthi ngabe uzimisele yini ukusebenzisa imithi kahle futhi ngendlela efanele. Uma ungazizwa ukul...

Leia mais

UNG ITHAND A NEZICIZAMI!

UNG ITHAND A NEZICIZAMI! EKHETHEKILE UKHANYI USILUMA INDLEBE NGOBUDLELWANO BAKHE NOTEBOGO LEROLE FUTHI UTHI ABALUTHINTI UCANSI

Leia mais

link

link ukuthambisa lapho usebenzisa ikhondomu ngoba lokhu kungabangela ukuthi ikhondomu lephuke. • Fakela ikhondomu elilodwa. Ungafakeli amakhondomu amabili abesilisa. Ungasebenzisi ikhondomu lowesilisa ...

Leia mais

AD843-O21-5-002-jpeg - Historical Papers

AD843-O21-5-002-jpeg - Historical Papers igama lesonto lelo abakulo nakumlundisi lowo walo. U-Nkulunkulu abasenandaba naye Kangako. iioakufunayo ukuba balfndele abaiundisi noma sebephosisa kangaka nani. %iyadabuka ngoba abantu bakithi aba...

Leia mais

Copyright, Voice Of God Recordings

Copyright, Voice Of God Recordings Senzo sini_sini, li_lifanele lenzenjani ibandla na? 11 Manje siyaqonda ukuthi ibandla linesibopho ngokuqondene nalo, okwamalunga ethu lapha ebandla, sinesibopho esiqondene nathi naso ngokuphelele m...

Leia mais

ZUL57-0915E AmaHebheru, Isahluko sesiKhombisa #1 VGR

ZUL57-0915E AmaHebheru, Isahluko sesiKhombisa #1 VGR into yakho, omina, ezintweni zezwe futhi namakholwa elihlekisa ngawe, futhi uhambe wedwa noKristu!

Leia mais

God`s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane

God`s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane God’s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane Introduction I NgokukaJohane 5:13 Nginilobele lokho, ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu.

Leia mais