God`s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane

Transcrição

God`s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane
God’s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane
Introduction
I NgokukaJohane 5:13 Nginilobele lokho, ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade nina enikholwa egameni
leNdodana kaNkulunkulu.
1. Intethelelo ephuma kuNkulunkulu. Sonke sonile.
I NgokukaJohane 5:16-17 Uma umuntu ebona umzalwane wakhe ona ngesono esingesiso esokufa, makacele,
uyakumnika ukuphila, ekunika labo abenza isono esingesiso esokufa. Sikhona isono sokufa; angisho ukuba
kucelwe ngaleso. Konke ukungalungi kuyisono; kukhona isono esingesiso esokufa.
1 NgokukaJohane 3:6 Lowo ohlala kuye akoni; lowo owonayo akambonanga, futhi akamazi.
Intethelelo ephuma kuNkulunkulu. Sonke sonile.
2.
Ukufa okuphakade yikhona okusifanele nokuyinzuzo yezono
zethu.
I NgokukaJohane 5:19 Siyazi ukuthi singabakaNkulunkulu nokuthi izwe lonke limi ebubini.
I NgokukaJohane 5:12 Onayo iNdodana unokuphila; ongenayo iNdodana kaNkulunkulu akanakho ukuphila.
1 NgokukaJohane 3:15 Lowo ozonda umzalwane wakhe ungumbulali; niyazi ukuthi akukho mbulali
onokuphila okuphakade okuhlezi kuye.
Ukufa okuphakade yikhona okusifanele nokuyinzuzo yezono zethu.
3. UJesu wafa esiphambanweni, ethatha isijeziso esasingesethu –
ukufa.
1 NgokukaJohane 4:10 Uthando lukulokhu, kungesikho ukuthi thina samthanda uNkulunkulu, kepha ukuthi
yena wasithanda thina, wathuma iNdodana yakhe ibe yinhlawulo ngezono zethu.
Christ died for sinners!
1 NgokukaJohane 4:2-3 Yazini uMoya kaNkulunknlu ngalokhu: bonke omoya abavuma ukuthi uJesu Kristu
ufikile enyameni bangabakaNkulunkulu; lowo moya ongamvumi uJesu akasiye okaNkulunkulu; lowo
ungowomphikukristu enizwe ngaye ukuthi uyeza, nakalokhu usefikile ezweni.
I NgokukaJohane 5:11 Yilobu ubufakazi ukuthi uNkulunkulu usiphile ukuphila okuphakade, nalokhu kuphila
kuseNdodaneni yakhe.
4. Kukhona uma nje ungabeka ukukholwa kwakho kuJesu Kristu
abe nguMsindisi wakho.
I NgokukaJohane 5:14-15 Yilesi sibindi esinaso kuye sokuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe,
uyasizwa. Uma sazi ukuthi uyasizwa noma sicelani, siyazi ukuthi sinakho esikucelileyo, esikucele kuye.
Kwabase Roma 10:9-10,13 Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyiNkosi, ukholwa
enhliziyweni yakho ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa; ngokuba umuntu ukholwa
ngenhliziyo kube ngukulunga, ngomlomo uyavuma kube ngukusindiswa. ngokuba "bonke abayakukhuleka
egameni leNkosi bayakusindiswa."
Uma ungathanda ukwamukela uJesu Kristu njengoMsindisi wakho uthole intethelelo
kuNkulunkulu, nangu umthandazo ongawuthandaza kafushane. Yazi kodwa ukuthi ukusho
lomthandazo, noma ke yimuphi omunye ofana nawo angeke kukusindise. Kodwa ukwethembela
kuJesu Kristu kuphela okungenza ukuthi uthole ukuthethelelwa ezonweni. Lomthandazo
uyindlela nje elula enceda ukuthi uthululele kuNkulunkulu ukukholwa kwakho kuye futhi
umbonge ngokukulungisela intethelelo. Thandaza ke uthi:
“Nkulunkulu othandekayo.
Ngiyabonga ukuthi uthethelele zonke izono zami. Ngibonga ukuthi ungamukele
njengomtwana wakho. Ngiyabonga Nkosi Jesu ukuthi wafela izono zami esiphambanweni.
Ngiyakubonga Moya oyincwele ukuthi uyaphila enhliziyweni yami futhi uyangisiza ukuthi
ngiphile njengomKristu. Ngiphe amandla okuthi ngifakaze ngensindiso yakho. Egameni
likaJesu. Amen.”
Amazing Grace Publishing * PO Box 1963 * Joshua TX 76058 * 817-426-1828 * E-Mail [email protected]

Documentos relacionados

asimbonanga

asimbonanga Oh, la mer est froide et le ciel est gris Regarde de l'autre coté de l'Ile dans la Baie Nous sommes tous des îles jusqu'à ce qu'arrive le jour Où nous traversons la mer de flammes

Leia mais

UJakhobe - Biblica

UJakhobe - Biblica lokuwephula wonke. 11 Ngoba yena owathi, “Ungafebi,” wathi futhi, “Ungabulali.” Uma ungafebi kodwa ubulala, usube yisaphulamthetho.

Leia mais

link

link kungcono ukuthi usheshe wazi isimo sakho, ukuze unakekele impilo yakho. I-TB iyelapheka uma umuntu ephuza kahle ngokufanele imithi. Uma wena noma u-partner wakho ekhulelwe, qinisekisa ukuthi niyahl...

Leia mais

ZUL57-0915E AmaHebheru, Isahluko sesiKhombisa #1 VGR

ZUL57-0915E AmaHebheru, Isahluko sesiKhombisa #1 VGR Angezonakalise Yena nganoma iyiphi indlela. Futhike kungakho uJesu wafika ukususa izono zethu, ukuze sipheleliswe, ukuze uNkulunkulu asebenze ngeBandla laKhe. Kulapho imfihlo ilele khona. Kulapho i...

Leia mais

AD843-O21-5-002-jpeg - Historical Papers

AD843-O21-5-002-jpeg - Historical Papers thina siyezwana odabeni oluthili. Avmboni yipi uiCu.thi i-giimo lilr.phA ukuthi kuhie singaxabani ngezinhlanganiso Kodwa sifune lapho sinokuzwana khona, kube kulapho sinok'Jaambana ngezandla.M-a-^?...

Leia mais

Zulu - BMF

Zulu - BMF Kuyinselelo ukunakekela lowo osuke ene dementia. Uke uzizwe unomzwangedwa, engekho ongakhuluma naye? Iza kwisigungu esilekelelayo

Leia mais

UNG ITHAND A NEZICIZAMI!

UNG ITHAND A NEZICIZAMI! EKHETHEKILE UKHANYI USILUMA INDLEBE NGOBUDLELWANO BAKHE NOTEBOGO LEROLE FUTHI UTHI ABALUTHINTI UCANSI

Leia mais

Copyright, Voice Of God Recordings

Copyright, Voice Of God Recordings othembekileyo kuKristu futhi ebambelele kulokhu esikholwa ukuthi kuyiQiniso, ngicabanga ukuthi sekuyihora manje, kuzoba yisikhathi esihle, ukusondela kuye e^naphakathi kwenu malungu nezinto lapha z...

Leia mais